Amacala
Bhekumuzi Luthuli
4:56Umjol'uyakhathaz'uyazi amashende ayahlupha YIni manje ufun'ukuziveza Umjol'uyakhathaz'uyazi amashende ayahlupha YIni manje ufun'ukuziveza Umjol'uyakhathaz'uyazi amashende ayahlupha YIni manje ufun'ukuziveza Nant'ishende lifun'ukuziveza Sometimes amashende ayahlupha Ngihlushwa yishende liyakhweleza Ishende likhweleza lidlul'umaqindana Sometimes amashende ayahlupha Kanti ngathini kuwe? (Ngathi nginomaqondana) Wena wathini kimi (Wath'unomaqondana) Imihlola yami Wena wathini kimi (Ngathi nginomaqondana) Mina ngathini kuwe (Wathi unomaqondana) Sekushintsheni manje? (Imihlola yami) Umjol'uyakhathaz'uyazi amashende ayahlupha Ishende lifun'ukuziveza Umjol'uyakhathaz'uyazi amashende ayahlupha Ishende lifun'ukuziveza Bengiziphilela kahle mina kuleminyaka ngingajoli Ngaqal'imijolo ngahlupheka Bengiziphilela kahle mina kuleminyaka ngingajoli Ngaqal'imijolo ngaxakeka Hayi wakhathazek'umoya wami, wakhathazeka Sometimes amashende ayahlupha Nant'ishende lifun'ukuziveza Mina ngathini kuwe? (Ngathi nginomaqondana) Wena wathini kimi (Wath'unomaqondana) Sekushintsheni manje? (Imihlola yami) Kanti ngathini kuwe? (Ngathi nginomaqondana) Wena wathini kimi (Wath'unomaqondana) Sekushintsheni manje? (Imihlola yami) Uma uphaphazela lendab'izogcin'ivel'obala Uma uphaphazela Ngizokwala uma ungibhayizela mina Uma uphaphazela lendab'izogcin'ivel'obala Uma uphaphazela Ngizokuyeka uma uyisidididi Uma uphaphazela lendab'izogcin'ivel'obala Uma uphaphazela Bengiziphilela kahle mina kuminyaka ngingajoli Ngaqal'imijolo ngaxakeka