Amagumusha
Bhekumuzi Luthuli
4:25Ngidlala isigebengu sentombazana iqome empangeni Yaqoma esikhawini, yaqoma kwanongoma, yaqoma emtubatuba Ngidlala isigebengu sentombazana iqome empangeni Yaqoma esikhawini, yaqoma kwanongoma, yaqoma emtubatuba Kuthiwa olundi olumahlikihlikana yadlula ngehubo Wentombi uqomela safuthi Hhowu kuthiwa olundi olumahlikihlikana yadlula ngehubo Wentombi uqomela safuthi Wathunga njengenalithi, ntombi, awuyisabi yini ingculaza Wathunga njengenalithi, ntombi, awuyisabi yini ingculaza Wentombi uqomela safuthi (wentombi uqomela safuthi) Yeyeni udilivela abafana (awuyisabi yini ingculaza) Ngiyakubona uqoshamela abafana (wentombi uqomela safuthi) Ngakubamba uqoshamela abafana (awuyisabi yini ingculaza) Wentombi uzenza isikhawundane (wentombi uqomela safuthi) Wentombi uzenza isikhawundane (awuyisabi yini ingculaza) Tshefeza kharenti ubonwe zintombi zamoyizela kancane Bahlabeka olova wadlula kanjalo phuthaliyenzeka mhlab'ujikel'obaqwe Ngiwu mfana kamolo wethu mina ngiphuma ezansi kwamaphumulo Ungibona ngilapha nje ngizo'ifunel' okuya ngasethunjini I'inkomo zakithi ngazishiya ziphuza phansi emaphisi Ngivele ngewindi phezulu kwesikagog'omfishane Ndivuyile makhulu, ndiphinde ndamfumana utata omhlekazi Nangu uthe chwa phezulu phaya kwentaba zaseqongco Ngithe bagwaze doczin angishongo ukuthi ubakhiphe ama inside Hhawu umgwaze umuntu azebe nje Ulukhuni umoya wakho mntanami Ngidlala isigebengu sentombazana iqome empangeni Yaqoma esikhawini, yaqoma kwanongoma, yaqoma emtubatuba Ngidlala isigebengu sentombazana iqome empangeni Yaqoma esikhawini, yaqoma kwanongoma, yaqoma emtubatuba Kuthiwa oLundi olumahlikihlikana yadlula ngehubo Wentombi uqomela safuthi Hhowu kuthiwa olundi olumahlikihlikana yadlula ngehubo Wentombi uqomela safuthi Wathunga njengenalithi, ntombi, awuyisabi yini ingculaza Wathunga njengenalithi, ntombi, awuyisabi yini ingculaza Wentombi uqomela safuthi Ngoba ngisho fakishum' ubekemsamu Ngoba ngisho fakishum' ubekemsamu (aw'thathishum' ubekemsani sekwanele) Ngoba ngisho fakishum' ubekemsamu (faki'shumi ntanam' kubi la ngaphandle) Ngoba ngisho fakishum' ubekemsamu (ak'wono wakho lomzimba ithempen'lasomandla) Ngoba ngisho fakishum' ubekemsamu