Awungisize
Bhekumuzi Luthuli
4:09Ngitsheleni Ngitsheleni madoda siyoganwa kanjani na Hheyi madoda kulukhuni kunzima kulomhlaba Ngitsheleni Ngitsheleni madoda siyoganwa kanjani na Hheyi madoda kulukhuni kunzima kulomhlaba Babhokile abasekhweni Babhokile abakhwekazi Ngisho ngemali yezibizo madoda Babhokile abasekhweni Babhokile abakhwekazi Ngisho ngemali yezibizo zinsizwa Imali yezibizo ingaphezu kwelobolo Hawu badlala ngathi abakhwekazi Imali yezibizo ingaphezu kwelobolo Hawu badlala ngathi abakhwekazi Bayadlala abasemzini Imali yezibizo ingaphezu kwelobolo Hawu badlala ngathi abakhwekazi Angisakutholi kahle Ngitsheleni Ngitsheleni madoda siyoganwa kanjani na Hheyi madoda kulukhuni kunzima kulomhlaba Ngitsheleni Ngitsheleni madoda siyoganwa kanjani na Hheyi madoda kulukhuni kunzima kulomhlaba Mina sengisebenz'izinkomo zigcwel'umuzi Manje sengimiswe izibizo zasemzini Ziyokushaya kuyoshona Hawu ziyokushaya kuyoshona Mina sengisebenz'izinkomo zigcwel'umuzi Manje sengimiswe izibizo zasemzini Ziyokushaya kuyoshona Isisbaya sigcwel'umuzi Ziyokushaya kuyoshona Hawu ziyokushaya kuyoshona