Inkinga Ngu R7

Inkinga Ngu R7

Bhekumuzi Luthuli

Альбом: Inkinga Ngu R7
Длительность: 3:22
Год: 2006
Скачать MP3

Текст песни

Heh wena Maqwe!
Kati laseRank uyaphapha
Heh wena Maqwe!

Heh wena Maqwe!
Kati laseRank uyaphapha
Awuthule Maqwe!
Kukhona mina lana

Ngizokuhlekisa ngabantu uma ngithanda
Uyohlekwa nayizinyoni
Wazenz'inkathazo imali yesishebo kimi
Uzenz'inkinga uR7 ngiyolala ngidleni na
Uzenz'inkathazo imali yesishebo kimi

Uhlatywa yini wena uma ngizenzel'into yami
Ngayiphiwa lento yeyami
Uhlatywa yini wena uma ngizenzel'into yami
Yeyam lento ngayinikwa

Bonk'abantu bazalwa befumbeth'izipho zapho
Abakini kanti bakupha ni wena
Mina yeyami lento ngayiphiwa

Usuka le uzophapha la?
Uzohala la
Usuka kini uzophapha la

Ngayisusa yabuyel'impukane ekudleni kwami
Uyangizwa na?
Ngayisusa yabuyel'impukane ekudleni kwami
Uyangizwa na?
Nant'ibhadi lami, nant'ishwa lami ma

Ngayisusa yabuyel'impukane ekudleni kwami
Uyangizwa na?
Nant'ibhadi lami, nant'shwa lami weh ma

Ngayisusa yabuyel'impukane ekudleni kwami
Uyangizwa na?

Heh wena Maqwe!
Kati laseRank uyaphapha
Heh wena Maqwe!

Heh wena maqwe!