Abalozi
Bhekumuzi Luthuli
3:45Sagelekeqeka lesigelekeqe Sagelekeqeka lesigelekeqe Sagelekeqeka lesigelekeqe Kuvel'amadoda omalal'ephenduka izigelekeqe Dlala weh sigelekeqe Kuthiw'ufuzo luyedlulela Umkhulu wakho kwakuyisigelekeqe Noyihlo kwakuyisigelekeqe Nawe futhi uyisigelekeqe Uyozal'ezakho izigelekeqe Wabonakala ngomsila ngaphambili Ukuthi yinkinga le Yayinkinga intombi hah heh Wayinkinga umuntu wesilisa Uziphicaphica ngamagiya, giya, giy'abuy'emnyango Washa mfana Nguban'ongakwaz'ukushaya lendoda Uziphicaphica ngamagiya, giya, giy'abuy'emnyango Washa mfana Nguban'ongakwaz'ukushaya lendoda Uziphicaphica ngesilwane sami esinomsila ngaphambili Indoda leyo (Unamanga) Ngiyakutshela mfan'indoda leyo Sagelekeqeka lesigelekeqe Sagelekeqeka lesigelekeqe Sagelekeqeka lesigelekeqe Kuvel'amadoda omalal'ephenduka izigelekeqe Dlala weh sigelekeqe Kuthiw'ufuzo luyedlulela Umkhulu wakho kwakuyisigelekeqe Noyihlo kwakuyisigelekeqe Nawe futhi uyisigelekeqe Uyozal'ezakho izigelekeqe Wabonakala ngomsila ngaphambili Ukuthi yinkinga le Yayinkinga intombi hah heh Wayinkinga umuntu wesilisa Abonakala ngemisila ngaphambili Ukuthi amadoda anebhadi Zonke lezint'ezibi kuthiwa zenziwa ngabo