Amagumusha
Bhekumuzi Luthuli
4:25Nayi impelasonto seyifikile Khona ngizoke ngibone kahle Uyeza noma akezi Nayi impelasonto seyifikile Khona ngizoke ngibone kahle Uyeza noma akezi Nanti oLwesihlanu selifikile Khona ngizoke ngibone kahle Ukhona noma akekho Bash abantu bath'umlomo uma undikiza Kukhon'ozomamatheka naye Bashintshe bethi neso lami uma lindikiza Noma kanjani kukhon'esengizombona Noma kanjani kukhon'esengizombona Bashintshe bethi neso lami uma lidlikiza Noma kanjani kukhon'esengizombona Noma kanjani kukhon'esengizombona Nayi impelasonto seyifikile Khona ngizoke ngibone kahle Uyeza noma akezi Nayi impelasonto seyifikile Khona ngizoke ngibone kahle Ukhona noma akekho Bash'abantu bath'umlomo womuntu uma undikiza Kukhon'ozomamatheka naye Bashintshe bethi neso lami uma lidikiza Noma kanjani kukhon'esengizombona (Angazi nom'uyeza) Noma kanjani kukhon'esengizombona (Ngithemba yena ngath'uyeza) Noma kanjani kukhon'esengizombona (Angazi nom'uyeza) Noma kanjani kukhon'esengizombona (Kufanele ngihlale ngilindile) Noma kanjani kukhon'esengizombona (Wayitshela yena wath'uyeza) Noma kanjani kukhon'esengizombona (Angazi nom'uyeza) Noma kanjani kukhon'esengizombona Kufanele ngihlale ngilindile Kufanele ngihlale ngilindile Angazi nom'uyeza Noma kanjani kukhon'esengizombona (Kufanele ngihlale ngilindile) Noma kanjani kukhon'esengizombona (Kufanele ngihlale ngilindile) Noma kanjani kukhon'esengizombona Noma kanjani kukhon'esengizombona Noma kanjani kukhon'esengizombona (Bashintshe bethi neso lami uma lidikiza) Noma kanjani kukhon'esengizombona Noma kanjani kukhon'esengizombona