Mina Ngiyamthanda
Bhekumuzi Luthuli
3:35Lomhlaba awungenzel'okuhle Lomhlaba ungethwes'ubunzima Lomhlaba awungenzel'okuhle Lomhlaba ungethwes'ubunzima Lomhlaba awungenzel'okuhle Lomhlaba ungethwes'ubunzima Abantabami bayagula bakhala ngezifo zonke Nemali ngiyisebenza kodwa angiyiboni Ngisho nebhulukwe lami ngiyalithunga liyangidabukela Aw mhlaba ngikwenzeni? Masibekezele, masibekezele kancane Unina wempumelelo ukubekezela Masibekezele, masibekezele kancane Unina wempumelelo ukubekezela Masibekezele, masibekezele kancane Unina wempumelelo ukubekezela Lomhlaba awungenzel'okuhle Lomhlaba ungethwes'ubunzima Lomhlaba awungenzel'okuhle Lomhlaba ungethwes'ubunzima Abantabami bayagula bakhala ngezifo zonke Nemali ngiyisebenza kodwa angiyiboni Ngisho nebhulukwe lami ngiyalithunga liyangidabukela Aw mhlaba ngenzeni? Masibekezele, masibekezele kancane Unina wempumelelo ukubekezela (Kudala ngibekezele) Masibekezele, masibekezele kancane Unina wempumelelo ukubekezela (Neze, neze, neze ayikho lento) Masibekezele, masibekezele kancane Unina wempumelelo ukubekezela (Kudala ngibekezele) Masibekezele, masibekezele kancane Unina wempumelelo ukubekezela (Neze, neze, neze ayikho lento) Unina wempumelelo ukubekezela (Kudala ngibekezele) Unina wempumelelo ukubekezela Unina wempumelelo ukubekezela Masibekezele, masibekezele kancane