Bengikwethemba
Bhekumuzi Luthuli
4:13Hawu ngab’angikho emhlabeni Ukube akavumang’umama Hawu ngab’angikho emhlabeni Ukube akavumang’umama Inyanga eziyishiyakalolunye esiswini salomuntu Wayenothando ngami umama Inyanga eziyishiyakalolunye esiswini salomuntu Wayenothando umama Ukube akaqiniselanga umama ngabe angikho la Ukube akaqiniselanga umama ngabe angikho la Dankie mama, mama ngiyabonga Ngingabala ngithini Imisebenzi kamama emihle Ngingabala ngithini Ngingabala ngithini Imisebenzi kamama emihle Ngingabala ngithini Ngingabala ngithini Imisebenzi kamama emihle Ngingabala ngithini Hawu ngab’angikho emhlabeni Ukube akavumang’umama Hawu ngab’angikho emhlabeni Ukube akavumang’umama Inyanga eziyishiyakalolunye esiswini salomuntu Wayenothando ngami umama Inyanga eziyishiyakalolunye esiswini salomuntu Wayenothando umama Ukube akaqiniselanga umama ngabe angikho la Ukube akaqiniselanga umama ngabe angikho la Dankie mama, mama ngiyabonga Into owangichaza ngayo mama ncence Dankie Mama (Wadlala kakhul’umama ngencence) Into owangichaza ngayo mama ncence Dankie Mama (Oh mama ngoyabonga) Into owangichaza ngayo mama ncence Dankie Mama (Phela wadlal’umdlalo lapho) Ngingabala ngithini Imisebenzi kamama emihle Ngingabala ngithini (Oh miningi imisebenzi kamama) Ngingabala ngithini Imisebenzi kamama emihle Ngingabala ngithini (Oh mama ngiyabonga) Ngingabala ngithini Imisebenzi kamama emihle Ngingabala ngithini