Abalozi
Bhekumuzi Luthuli
3:45Eh mina ngashaywa unembeza nakhu ngikhulum’amaqiniso Inhliziyo yakh’iyangibambezela Inhliziyo yakh’ithatha kancane ngasha uthando Uthando lungiqob’amadolo Libuhlungu iqolo lami Ngizwa ngigodol’inhliziyo Eh mina ngashaywa unembeza nakhu ngikhulum’amaqiniso Inhliziyo yakh’iyangibambezela Inhliziyo yakh’ithatha kancane ngiyasha uthando Uthando lungiqob’amadolo Libuhlungu iqolo lami Ngizwa ngigodol’inhliziyo Ngizwa ngigodol’inhliziyo yam Awungitshele kahle mntanomuntu Ufun’ukwenzani Uyangikhipha nom’uyangifaka Uyangifaka nom’uyangikhipha Enhliziyweni yakho Awungitshele kahle mntanomuntu Ufun’ukwenzani Uyangikhipha nom’uyangifaka Uyangifaka nom’uyangikhipha Enhliziyweni yakho Eh mina ngashaywa unembeza nakhu ngikhulum’amaqiniso Inhliziyo yakh’iyangibambezela Inhliziyo yakh’ithatha kancane ngiyasha uthando Uthando lungiqob’amadolo Libuhlungu iqolo lami Eh mina ngashaywa unembeza nakhu ngikhulum’amaqiniso Inhliziyo yakh’iyangibambezela Inhliziyo yakh’ithatha kancane ngasha uthando Ngizwa ngigodol’inhliziyo Ngizwa ngigodol’inhliziyo yam Awungitshele kahle mntanomuntu Ufun’ukwenzani Uyangikhipha nom’uyangifaka Uyangifaka nom’uyangikhipha Enhliziyweni yakho Uyangikhipha nom’uyangifaka Uyangifaka nom’uyangikhipha Enhliziyweni yakho Uyangikhipha nom’uyangifaka Uyangifaka nom’uyangikhipha Enhliziyweni yakho (Ngicabangele mntanomuntu) Uyangikhipha nom’uyangifaka Uyangifaka nom’uyangikhipha Enhliziyweni yakho (Ngicabangele mntanomuntu) Uyangikhipha nom’uyangifaka Uyangifaka nom’uyangikhipha Enhliziyweni yakho