Qoma (Feat. Big Zulu & Siya Ntuli)
Blaq Diamond
4:31Ngik'thol'efonini (Nkabi records) Bengithi ngiya fona dali (Awtholakali mah) Umlungu wathi aw'tholakalio dali (Ikhale palini mah) Bengithi ngiya fona dali Umlungu wathi aw'tholakalio dali (Ikhale palini mah) Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali) Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi mah) Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali) Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali) Ikhal'epalini, dali wami voicemail Uban' lomlungu ophendulayo my baby? Indaba yakho yok'hamb' eb'suku ngay'meli Ngicela indlela mangabe ithando lwami awuneli , yelele mama Mangabe lento yakho ayipheli ay'heh Sthandwa sam', dali wami lala ngalele Singene court, thetha amacala noma ngamele Ngik'jabulise, mangabe awunami ngcono ungitshele Ma takeaway,nanga amabodo ekhaya awupheki Bengithi ngiya fona dali Umlungu wathi aw'tholakalio dali (Ikhale palini mah) Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali) Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi mah) Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali) Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi mah) Ngiyazi ukuthi u-busy mhlambe dali wame Kodwa dali bamb' ifoni Mhlambe i-network ayikho dali Or maybe uzong'shaya ngey'tori Dali soze ngithand' omunye umuntu phela dali ngoba sisuka kude Kodwa bamb' ifoni dali ngoba phela mina ngik'khumbule Kuloko ngizama nje, ngik'funa angik'tholi Wena awusabambek', usiyi superstar uyi ghost-i ma Bengithi ngiya fona dali (Awtholakali mah) Umlungu wathi aw'tholakalio dali (Ikhale palini mah) Bengithi ngiya fona dali Umlungu wathi aw'tholakalio dali (Ikhale palini mah) Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali) Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi mah) Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali) Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi mah) Weh lovey Ngifuna ukhumbule ukuthi mina nawe dali safunga phamb' kwe altar Ukuthi okwam' owakho, okwakho okwami Wena uyi sthandwa sami, noma ngibheda sometimes Noma ngibheda usangithanda Nasembhedeni uyangilapha dali Bengithi ngiya fona dali (Awtholakali mah) Umlungu wathi aw'tholakalio dali (Ikhale palini mah) Bengithi ngiya fona dali Umlungu wathi aw'tholakalio dali (Ikhale palini mah) Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali) Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi mah) Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi dali) Sengizokhuluma no voicemail (Angik'tholi mah)