Joy Ride (Feat. Bandros)
Kelvin Momo
7:57Ngiyohlala ngithandana nawe njalo nje La ziyakhipa ngiyohlala ngithandana nawe Uyi Sthandwa sam samampela Sweety, lovie, Dali Ubani ok'tshele ukuthi labafana be Kwaito abana Thando TC, Tender Love and Care? Ubani ok'tshele ukuthi angiwash' amateki Ngibulawa utshwala Lento ngiyizwayo ayikho fair Ubani ok'tshele ukuthi thina AmaGumusha asina nqondo? Asina future, amavuilpop Ubani ok'tshele ukuthi asina mali? Lapho s'hamba khona thina S'hamba senza amaflop? Hey! Ninga s'thathe kancane (Kancane) Manis'bona s'jumpa jumpa Emabashini elokshini Ninga s'thathi kalula (Kalula) Mani's bon' emaPhepheni, emaTV, emaMagazine Ninga s'thathi kancane (Kancane) Ngoba thina vele s'bheke S'ghubu es'vuth' ulaka S'yekeleni, S'yekeleni Sondela ngyok'gibelis' iVumVum Ngiyohlala ngithandana nawe njalo nje La ziyakhipa ngiyohlala ngithandana nawe Uyi Sthandwa sam samampela My love ses' hlangan' eMarenkeni NaboLova bakwatela kuthi ngi push' entweni Sondela ngyok'gibelis' iVumVum Correct, ngikujikis' emaBioscope Vele thina abolova senza maflop Kodwa askiho isidingo bathi Mina ngiy' iskorop Babe, yekela labangan' bakho bama Sondela ngyok'gibelis' ivumvum (Shayiwe 'moya) Sondela ngyok'gibelis' ivumvum (Shayiwe 'moya) Sondela ngyok'gibelis' ivumvum (Shayiwe 'moya) awu, sithi pholas Chesa! Ngiyohlala ngithandana nawe njalo nje La ziyakhipa ngiyohlala ngithandana nawe Uyi Sthandwa sam samampela Sondela ngyok'gibelis' ivumvum (Shayiwe 'moya) Sondela ngyok'gibelis' ivumvum (Shayiwe 'moya) Sondela ngyok'gibelis' ivumvum (Shayiwe 'moya) awu, sithi pholas Chesa! Sondela ngyok'gibelis' ivumvum (Shayiwe 'moya) Sondela ngyok'gibelis' ivumvum (Shayiwe 'moya) Sondela ngyok'gibelis' ivumvum (Shayiwe 'moya) awu, sithi pholas Chesa! Sondela ngyok'gibelis' ivumvum (Shayiwe 'moya) Sondela ngyok'gibelis' ivumvum (Shayiwe 'moya) Sondela ngyok'gibelis' ivumvum (Shayiwe 'moya) awu, sithi pholas Chesa! Sondela ngyok'gibelis' ivumvum (Shayiwe 'moya) Sondela ngyok'gibelis' ivumvum (Shayiwe 'moya) Sondela ngyok'gibelis' ivumvum (Shayiwe 'moya) awu, sithi pholas Chesa! Ngiyohlala ngithandana nawe njalo nje La ziyakhipa ngiyohlala ngithandana nawe Uyi Sthandwa sam samampela