Umuzi We Glass

Umuzi We Glass

Danya Devs, Empro, Nomfundo Moh, Kinglee Beats, And Makhosi

Альбом: Otherwise, Uright?
Длительность: 2:45
Год: 2025
Скачать MP3

Текст песни

(Fak'intelezi KingLee)

Nginama plan amangaka (uh)
Nginey'fiso ey'ngaka (uh)
Ingakho ngisebenza (uh)
Lalela wemkami
Nginama plan amangaka (uh)
Nginey'fiso ey'ngaka (uh)
Ingakho ngisebenza (uh)
Lalela wemkami

Dali umuzi we glass
Dali umuzi we glass
Mina ngizokwakhela
Mina ngizok'thengela
Dali umuzi we glass
Dali umuzi we glass
Mina ngizokwakhela
Mina ngizok'thengela

Wang'shela ngak'qoma
Ufuna ukungilobola
Asishaye i-vacation
Sihambe siyophola
Siyi combo ye-ice ne Coca Cola
Siyi combo ye-ice ne Coca Cola

Dali umuzi we glass
Dali umuzi we glass
Mina ngizokwakhela
Mina ngizok'thengela
Dali umuzi we glass
Dali umuzi we glass
Mina ngizokwakhela
Mina ngizok'thengеla

Umuhle ngiyak'ncoma
Umuhle ngiyak'ncoma
Bafuna ukuzenza wеna, bayak' photocop-a
They tryna be like you, bayak' photoshop-a
Uyiphilisi lami, ngiyak' overdos-a

Dali umuzi we glass
Dali umuzi we glass
Mina ngizokwakhela
Mina ngizok'thengela
Dali umuzi we glass
Dali umuzi we glass
Mina ngizokwakhela
Mina ngizok'thengela

Uthando olucijile
Msizi siyawulola
Dali ungifaka kwi fridge, manginawe ngiyaphola
Nhloso zami sihlobile, nhliziyo uyayigeza
Kuloluthando s'pholile, ukuhlukana khohlwa

Nginama plan amangaka (uh)
Nginey'fiso ey'ngaka (uh)
Ingakho ngisebenza (uh)
Lalela wemkami
Nginama plan amangaka (uh)
Nginey'fiso ey'ngaka (uh)
Ingakho ngisebenza (uh)
Lalela wemkami

Dali umuzi we glass
Dali umuzi we glass
Mina ngizokwakhela
Mina ngizok'thengela
Dali umuzi we glass
Dali umuzi we glass
Mina ngizokwakhela
Mina ngizok'thengela