Isithembiso (Psp Mix) (Feat. Lannie Billion)

Isithembiso (Psp Mix) (Feat. Lannie Billion)

Deep Sen

Длительность: 7:22
Год: 2021
Скачать MP3

Текст песни

Awuthath' ixesha lakho ungibheke
Nomungasondela lapha uzizwele
Ubumnand' obulapha kum'
Ngisho ubumnand' obulapha kum"

Konk' okwami kungokwakho
Nenhliziyo yam' ilangazelela wena
Thath' isandla sam' ngibambe
Ngibambe

Ngiyak'thembisa phamb' kwabantu
Angeke ngikushiye angek' ngilahle
Ngoba wen' ulubambo lwami
Ngisakucel' ung'yenze ngibe ngowakho

Ngiyak'thembisa phamb' kwabantu
Angeke ngikushiye angek' ngilahle
Ngoba wen' ulubambo lwami
Ngisakucel' ung'yenze ngibe ngowakho

Thathisandla sam'
Ngibambe
Ngibambe

Thathisandla sam'
Ngibambe
Ngibambe

Thathisandla sam'
Ngibambe
Ngibambe

Thathisandla sam'
Ngibambe
Ngibambe

Ngiyak'thembisa phamb' kwabantu
Angeke ngikushiye angek' ngilahle
Ngoba wen' ulubambo lwami
Ngisakucel' ung'yenze ngibe ngowakho

Ngiyak'thembisa phamb' kwabantu (Siyavuma)
Angeke ngikushiye angek' ngilahle (Siyavuma)
Ngoba wen' ulubambo lwami (Siyavuma)
Ngisakucel' ung'yenze ngibe ngowakho (Siyavuma)

Thathisandla sam'
Ngibambe
Ngibambe

Thathisandla sam'
Ngibambe
Ngibambe

Thathisandla sam'
Ngibambe
Ngibambe

Thathisandla sam'
Ngibambe
Ngibambe