Soke S'Bone (Feat. Sir Trill, Nobantu Vilakazi & Murumba Pitch)
Dj Stokie & Loxion Deep
6:50Ingabe yini ekwenz' ukuthi ube namahloni Phela usumamatheka kanje Uwenza ikhanda lizulazule yoh Bamb' isandla sami, Ngik'fikise emazweni Phela lomhlaba ngowakho Awuyiboni lengane Isencane lengane Mayibabo, Ang'kaze ngayibone intombi enhle nje ngawe Umhle ngathi ugeza ngobisi, Mina ngawe baby ang'funi nix Ayi Bengiz'buza uthando olunjena mina ngizol'tholaphi na Abanye basadlala namanje, Basakhala namanje (Abanye basadlala namanje, Basakhala namanje) Bengiz'buza uthando olunjena mina ngizol'tholaphi na Abanye basadlala namanje, Basakhala namanje (Abanye basadlala namanje, Basakhala namanje) Bengiz'buza uthando olunjena mina ngizol'tholaphi na Abanye basadlala namanje, Basakhala namanje (Abanye basadlala namanje, Basakhala namanje) Awuyiboni lengane Isencane lengane (Isencane lengane) Awuyiboni lengane Isencane lengane (Isencane lengane) (Iza kumina imini lonke) (Imini lonke, Uzobuyela ebusuku) Akekho ondlula ekhaya (Iza kumina imini lonke) (Imini lonke, Uzobuyela ebusuku) Ayibo, Yimbi le esiy'yenzayo (Iza kumina imini lonke) (Imini lonke, Uzobuyela ebusuku) Akekho ofana nawe Ayi Bengiz'buza uthando olunjena mina ngizol'tholaphi na Abanye basadlala namanje, Basakhala namanje (Abanye basadlala namanje, Basakhala namanje) Bengiz'buza uthando olunjena mina ngizol'tholaphi na Abanye basadlala namanje, Basakhala namanje (Abanye basadlala namanje, Basakhala namanje) Awuyiboni lengane Isencane lengane (Isencane lengane) Awuyiboni lengane Isencane lengane (Isencane lengane) Awuyiboni lengane Isencane lengane (Isencane lengane) Awuyiboni lengane Isencane lengane (Isencane lengane) (Iza kumina imini lonke) (Imini lonke, Uzobuyela ebusuku) Akekho ondlula ekhaya (Iza kumina imini lonke) (Imini lonke, Uzobuyela ebusuku) Ayibo, Yimbi le eziy'yenzayo (Iza kumina imini lonke) (Imini lonke, Uzobuyela ebusuku) Akekho ofana nawe