Imali Ayikho (Feat. Seàratoa)

Imali Ayikho (Feat. Seàratoa)

Enocs Mae

Альбом: Imali Ayikho
Длительность: 3:14
Год: 2025
Скачать MP3

Текст песни

Imali ayikho sthandwa 
Uyazi bengizobe nawe 
Ungalaleli abantu bekuqambela amanga 
Bethi mina angikufanelanga 
Dali lelo phimbo lakho elimtoti (Elimtoti)
Elingenza ngingalali ebusuku 
Ngiloku ngicabangana nawe 
Ngiloku ngicingana nawe 

Uwena obengimucela (uwena uwena)
Kumdali wami omuhle 
Ngicela ubambe isandla sami 
Uthando lwami olwakho 
Uthi siyilungisa njani Indaba yethu ? 
Ngoba ngawe sengimutholile engizohlala naye 
Isoka lami iphakade lami isthandwa sami mhm 

Imali ayikho sthandwa (imali ayikho)
Uyazi bengizobe nawe (bengizobe nawe)
Ungalaleli abantu bekuqambela amanga 
Bethi mina angikufanelanga 
Dali lelophimbo lakho elimtoti (Elimtoti) 
Elingenza ngingalali ebusuku ngiloke ngicabangana nawe