Shona Phansi (Amnandi Amagwinya)
Blacks Jnr
5:31He sithandwa sami Ngicela wena usondele kimi Ungenze ngijabule Ubusuku nemini We sithandwa sami Ngicela wena usondele kimi Ungifudumeze ubusuku nemini (Kungqonqoz’ uthando enhlizweni yami) (Kungqonqoz’ uthando enhlizweni yami) (Angisaboni angisalali) (Ubusuku nemini) (Kungqonqoz’ uthando enhlizweni yami) (Kungqonqoz’ uthando enhlizweni yami) (Angisaboni angisalali) (Ubusuku nemini) (Uthando lwethu sizovika ngalo) (Ma esebuza umama) (Ma esebuza umama) (Mntanami uthanda bani) (Uthando lwethu sizovika ngalo) (Ma esebuza umama) (Ma esebuza umama) (Mntanami uthanda bani) He sithandwa sami Ngicela wena usondele kimi Ungenze ngijabule Ubusuku nemini We sithandwa sami Ngicela wena usondele kimi Ungifudumeze ubusuku nemini (Kungqonqoz’ uthando enhlizweni yami) (Kungqonqoz’ uthando enhlizweni yami) (Angisaboni angisalali) (Ubusuku nemini) (Kungqonqoz’ uthando enhlizweni yami) (Kungqonqoz’ uthando enhlizweni yami) (Angisaboni angisalali) (Ubusuku nemini)