Nemeza

Nemeza

I.P.C.C.

Альбом: Sabata
Длительность: 3:58
Год: 1994
Скачать MP3

Текст песни

Uyamemeza (Uyamemez'uHezekiya)
Ethi mathambo hlanganani
(Uyamemez'uHezekiya)
Ethi mathambo hlanganani

Uyamemeza (Uyamemez'Hezekiya)
Ethi mathambo hlanganani
(Uyamemez'Hezekiya)
Ethi mathambo hlanganani

Hambani kancane, hamba (Hambani kancane)
Hambani kancane (KuleliVangeli)
Kancane (Hambani kancane)
Hambani kancane (KuleliVangeli)

Ngabon'isimanga (Ngabon'isimanga)
Ngabon'isimanga (KuleliVangeli)
Isimanga (Ngabon'isimanga)
(KuleliVangeli)

Uyamemeza (Uyamemez'Hezekiya)
Mathambo hlanganani (Ethi mathambo hlanganani)
Uyamemeza (Uyamemez'Hezekiya)
Ethi mathambo hlanganani (Ethi mathambo hlanganani)

Uyamemeza, uyamemeza (Uyamemez'Hezekiya)
Mathambo hlanganani (Ethi mathambo hlanganani)
Nank'uyamemeza (Uyamemez'Hezekiya)
Ethi mathambo hlanganani (Ethi mathambo hlanganani)

Hambani kancane, hamba (Hambani kancane)
Hambani kancane (KuleliVangeli)
Hambani kancane, hamba (Hambani kancane)
Hambani kancane (KuleliVangeli)

Ngabona isimanga, ngabona (Ngabon'isimanga)
Ngabona lesimangaliso mina (KuleliVangeli)
Ngibon'isimanga (Ngabon'isimanga)
Ngabon'isimanga (KuleliVangeli)

Intomb'ezilishumi (Ntomb'ezilishumi)
Zozela zalala (Zozela zalala)
Intomb'ezilishumi (Ntomb'ezilishumi)
Zozela zalala (Zozela zalala)

Thina siphethe iVangeli (Siphethe iVangeli)
Liyinsimbi edl'ezinye (Nsimbi edl'ezinye)
Thina siphethe iVangeli (Siphethe iVangeli)
Liyinsimbi edl'ezinye (Nsimbi edl'ezinye)

Impi kaSathane (Impi kaSathane)
Iyathuthumela (Iyathuthumela)
Lempi lena kaSathane (Impi kaSathane)
Iyathuthumela (Iyathuthumela)

Hambani kancane, hamba (Hambani kancane)
Hambani kancane thina baba (KuleliVangeli)
Hambani kancane (Hambani kancane)
Oh ninyathele kancane (KuleliVangeli)

Sabona isimanga, sabona (Sabon'isimanga)
Sabona lesimangaliso mina (KuleliVangeli)
Thina sibon'isimangaliso (Ngabon'isimanga)
Sabon'isimanga (KuleliVangeli)

Intomb'ezilishumi (Ntomb'ezilishumi)
Zozela zalala (Zozela zalala)
Intomb'ezilishumi (Ntomb'ezilishumi)