Namhla Nkosi (Live)
Joyous Celebration & Zanele Mokhethi
4:41Ngiphakamisela amehlo ami kuwe Msindisi Nguw'ithemba lami, ekuhambeni kwami Wena waliv'izwi lomkhuleko wami Ngikhala kuwe Somandla Welul'isandla Sakho, wangiphakamisa Ngizolibonga, ngizolibonga Ngizolibonga elakho igama Ngizolibonga hallelujah, ngizolibonga Ngizolibonga elakho igama Ngizolibonga (Ngizolibonga) Emagameni walomhlaba, haleluya (Ngizolibonga) Ngizolibonga (Ngizolibonga) Elakho (Elakho igama) Silinikiwe leligama (Ngizolibonga) Besingelutho ngaphandle kwalo (Ngizolibonga) Ngizolibonga (Ngizolibonga) Lona lodwa (Elakho igama) Ndiyabhabatisa ndenz'isethembiso (Ngizolibonga) Emagumbin'aman omhlaba, ndizonqula lona (Ngizolibonga) Ngizolibonga, ngizolibonga (Ngizolibonga) Elakho, elakho (Elakho igama) Ngizolibonga (Ngizolibonga) Ngizophakamisa lona lodwa, haleluya (Ngizolibonga) Ngizocula lona, ngizolibonga (Ngizolibonga) Ngizolibonga, ngizolibonga (Elakho igama) Lingenzel'okuhle (Ngizolibonga) Ngihlabela yilo (Ngizolibonga) Ngizolibonga, haleluya (Ngizolibonga) Haleluya, haleluya (Elakho igama) Ungena nathi Ungena nathi Ungena nathi, esithandweni somlilo Jesu unge, ungenathi haleluya Esithandweni, emililweni, emigodini Awusiyekeli, awusishiyi, awusideli Ngizolibonga (Ngizolibonga) (Ngizolibonga) Ngizolibonga (Ngizolibonga) Ngizolibonga, ngizolibonga (Elakho igama) Ngizolibonga (Ngizolibonga) Ngizolibonga (Ngizolibonga) Bengingelutho ngaphandle kwakho, haleluya (Ngizolibonga) Haleluya, haleluya (Ngizolibonga) Ngizolibonga