Uyalalelwa (Live)
Joyous Celebration
6:11Sawubona, kunjani kuwe? (Beng'sacela noma imizuzu emithatu yesikhathi sakho) Angazi nom' usang'khumbula na Kodwa yimi loy'uNkulunkulu ohlala njalo ekuvus'ekseni Angazi nom'uyazibona zonk'izinto engik'kwenzela zona Skhathi sonke (Kaz'uyazi ukuthi nalokhu konk'onakho) Ye imisebenzi yezandla zami Ingakho ngithi kuwe (Khumbul'ukuthi uthandiwe) (Uhlale njalo usengqodweni yam') Noma sengaphela konke (Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda) Ngahlala phansi mangihlel'impilo yakho yebo (Ngakudala ngesineke nokuqaphela) Khumbul'ukuthi, ungumfanekiso wami wena Mangibona wena, ng'bona mina Nginesikhwele nawe, sdalw' esihle (Khumbul'ukuthi uthandiwe) (Uhlale njalo usengqodweni yam') Noma sengaphela konke (Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda) Ngiyak'khumbuza wena ngithi khumbula (Khumbul'ukuthi uthandiwe) (Uhlale njalo usengqodweni yam') Noma sengaphela konke (Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda Ngithi khumbula wena njalo (Khumbul'ukuthi uthandiwe) (Uhlale njalo usengqodweni yam') (Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda) Ey ngiyak'khumbuza sthandwa khumbula (Khumbul'ukuthi uthandiwe) (Uhlale njalo usengqodweni yam') Ngiqhabang'okuhle ngawe (Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda) Khumbul'ukuthi uthandiwe 'Uhlala njalo usengqodweni yami Noma sekuphele konke hlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda Ngiyak'khumbuza wena Ngithi khumbul'ukuthi uthandiwe wena Uhlale njalo usemicabangweni yami Noma sekuphele konke, noma sekuphele konke, noma sekuphele konke Remember, believe it You're my chosen one (You are the chosen one) Remember, believe it You are the chosen one Remember, believe it Yes you are the chosen one Remember, believe it Yes you are the chosen one Remember, believe it Yes you are the chosen one Remember, believe it Yes you are the chosen one Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda Remember, believe it Yes you are my chosen one You remember, believe it Remember, believe it Remember, believe it Remember, believe it Khumbula, kholwa Khumbula, kholwa Ngak'kwazi, uses'ehlwini Ngizokuphumelelisa njalo Ngizokunqobela njalo Ngizokuphilisa njalo Ngizokunqobela Noma kungaphela konke (Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda) Noma sekuphele konke (Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda) Hallelujah