Imimangaliso

Imimangaliso

Lia Butler

Альбом: Imimangaliso
Длительность: 2:52
Год: 2024
Скачать MP3

Текст песни

Ufunani ke?
Hhm?
Ufunani?
Ngifuna wena
Ufunani?
Ngifuna wena

'Cela ningibizel' abafundisi
Bangibek' izandla bangikhulekele
Haibo, nam angazi
Ukuthi lento, ibizwa ngani
Abadala bathi mina ngishiswa uthando
Haibo, nam angazi

'Cela ningibizel' izangoma
Zingibhulele ukith' inking' ikephi
Haibo, nam angazi
Ukuthi ibizwani le

'Cela ningibizel' abathandazi
Bangihlolele ukuthi ng'dliwa yini
Kodwa haibo, nam angazi
Ukuthi ibizwani le
Imimangaliso
Imimangaliso