Ngakithi
Mnqobi Yazo
3:38INHLONIPHO Chorus Ngisho ngingazama ukukhuluma lay'khaya ngempela abanginaki (ngidinga inhlonipho) Noma ngizama ukubeka lomthetho ngempela abaw'naki (ngidinga inhlonipho) Ngisho ngingazama ukukhuluma lay'khaya ngempela abanginaki (ngidinga inhlonipho) Noma ngizama ukubeka lomthetho ngempela abaw'naki (ngidinga inhlonipho) Verse Whoo shwele thongo nansi ismanga sami Azisangilaleli izingane zami Zishaya indiva ngisho uMthetho wami Zenza ngingabaze nobudoda bami Sengikhalela ngisho inkomo zami Ngazidayisela umlungu wami Kuze zona zifunde nje heeeh Kuze zona zifunde nje heeeeeeh Kunzima Mahlaba impela ngathi ngyawushiya Nkonyane gula impela ziyawuchitha Mafavuke ischitho lesi siza Ngyobonga ksasa mangisaphila Nhliziyo yami ingakhathalanga Ngoba iyona lena elimala njalo njalo Ngyalima Nhliziyo yami iyafadalala Nomzimba wami uyakhathala Ngane zami zona ziyawugandaya Lezinsukuzami zokugcina Ngyobonga mangabe ngisaphila njeeeh Phila njeeeh Chorus Ngisho ngingazama ukukhuluma lay'khaya ngempela abanginaki (ngidinga inhlonipho) Noma ngizama ukubeka lomthetho ngempela abaw'naki (ngidinga inhlonipho) Ngisho ngingazama ukukhuluma lay'khaya ngempela abanginaki (ngidinga inhlonipho) Noma ngizama ukubeka lomthetho ngempela abaw'naki (ngidinga inhlonipho) Verse Solokhu kwaphela amatoho impela ziyangisha inhloni Angazi kwenzekani emzini wami kugqigqi iziboni Ingane zami izimpumputhe impela azingiboni Noma sengizame kangaka, noma sengizame kangaka bantabami Aningitshe Vulani indlebe nilalele Niqaphele Lamazwi engizowashi nje Nhlonipho ikwedlula konke, ikwedlula konke Ikwedlula konke bantabami Yiiiihhiii... Hhhamu hhaam eeeh Hhaaam Hhhamu eeerh hhaaaaaaaaaaaarm Hhwoooooyoo Hhhamu hhaam eeeh Hhaaam Hhhamu eeerh hhaaaaaaaaaaaarm Hhhamu hhaam eeeh Hhaaam Hhhamu eeerh hhaaaaaaaaaaaarm Hhwoooooyoo Hhhamu hhaam eeeh Hhaaam Hhhamu eeerh hhaaaaaaaaaaaarm Chorus Ngisho ngingazama ukukhuluma lay'khaya ngempela abanginaki (ngidinga inhlonipho) Noma ngizama ukubeka lomthetho ngempela abaw'naki (ngidinga inhlonipho) Ngisho ngingazama ukukhuluma lay'khaya ngempela abanginaki (ngidinga inhlonipho) Noma ngizama ukubeka lomthetho ngempela abaw'naki (ngidinga inhlonipho)