Skit
Mnqobi Yazo
1:41Ta-la-la-la-la-la-la-la-la (siya kubayede) Hheyi hololo (tha-la-la-la-la-la-la-la) uhm (Zii, le, la-la-la-la) aji Namanje ngiyanicela mamelani (aji) Vulan'izindlebe lalelani (aji) Ngiyanibingelela sanibonani (aji) Musan'ukungiziba sanibonani (aji) Yinde lenyathuko phumulani (aji) Hlalan' ninethezeke nixoxe nami (aji) Zinyanya zakwaZulu zihleli nani (aji) Ukuthi ningobani khumbulani (aji) Bayede nkonyane kandaba (aji) Simaviyoviyo thina uma sihlangana (aji) Bayede ngiyakwesaba weh ngonyama (aji) Nab'abantu bakho beqedana (aji) Yehlis'ithongo lokubumbana (aji) Yehlis'ithongo lokuthandana (aji) Sihamba njengebutho likaBhambatha (aji) Inzondo ekade ikhona siyay'gandaya (aji) Thokoza, thokoza thongo lami (aji) Thokoza, thokoza thongo lami (aji) Ikusasa lifiphele ngempela (aji) Hhawu naku ngibon'okumnyama (aji) Qonqoza, qonqoza kusasa lami (aji) Qonqoza, qonqoza kusasa lami (aji) Khon'isizukulwana esidukileyo (aji) Khon'isizukulwana esidukileyo (aji)