Ncono Siyeke (Feat. Shenge Wasehlalankosi)
Mshinwemali
5:00Lento yomjolo yiScam weh madoda Lento yomjolo sengiyibone kahle Lento yomjolo yiScam weh madoda Lento yomjolo sengiyibone kahle Ngisho ngoba Kuyakhalwa eSouth Afrika ngapha nangapha Weh mjolo wenze njani Kuyakhalwa umhlaba wonke ngapha nangapha Weh mjolo wenze njani kanti Yin'engathi ujola wedwa wena (Ujola wedwa wena) Yin'engathi ujola wedwa mngani wami (Ujola wedwa wena) Yin'engathi ujola wedwa wena (Ujola wedwa wena) Yin'engathi ujola wedwa wena (Ujola wedwa wena) Ngisho ngoba Uyamposta umuntu ongakakuposti Okush'ukuthi ujola wedwa wena Uyamposta umuntu ongakakuposti Okush'ukuthi ujola wedwa wena (Heyi ujola wedwa wena) Yin'engathi ujola wedwa wena (Hey ujola wedwa wena) Yin'engathi ujola wedwa wena (Hey ujola wedwa wena) Ngisho ngoba Uyamposta umuntu ongakakuposti Okush'ukuthi ujola wedwa wena Uyamposta umuntu ongakakuposti Okush'ukuthi ujola wedwa wena Ngisho ngoba Kuyakhalwa eSouth Afrika ngapha nangapha Weh mjolo wenze njani Kuyakhalwa umhlaba wonke ngapha nangapha Yin'engathi ujola wedwa wena (Ujola wedwa wena) Yin'engathi ujola wedwa mngani wami (Ujola wedwa wena) Yin'engathi ujola wedwa wena (Ujola wedwa wena) Yin'engathi ujola wedwa wena (Ujola wedwa wena) Ngisho ngoba Uyamposta umuntu ongakakuposti Okush'ukuthi ujola wedwa wena Uyamposta umuntu ongakakuposti Okush'ukuthi ujola wedwa wena Yin'engathi ujola wedwa wena (Ujola wedwa wena) Yin'engathi ujola wedwa wena (Ujola wedwa wena) Heyi (Ujola wedwa wena) Heyi (Ujola wedwa wena) Uyamposta umuntu ongakakuposti Okush'ukuthi ujola wedwa wena Uyamposta umuntu ongakakuposti Okush'ukuthi ujola wedwa wena