Ngifuna Ukuba (Feat. Nolly M & Inkosi Yamagcokama)
Musiholiq
4:21Uyayazi inqaba yaZulu hambeya Yonivimbezel'uziphepho hambeya Uyayazi inqaba yaZulu hambeya Yonivimbezel'uziphepho hambeya Ngithi hambeya hambeya Hambeya hambeya Ngithi hambeya hambeya Ngithi hambeya hambeya It was 1994 mangaphosisi Angiykhumbul'inyanga ngikhumbul'ilanga elaselishonile Ngiyalibon'ilanga abanye bashona bengahlomile Nami ngakhishwa sengikokodiswa ensimini ngingaqokile But before they jeqe, yabamb'esangakith'isgodi After inkabi yami icishile insizwa zangakithi bhozo Labulawel'ukulokhe liququd'umfaziz wenyindoda Ukufa kwalowo kwavus'amaqhubi nje asakade ayekhona It was like ngekeke nisbulale niphinde nisebenze Amabutho agcwal'intelezi neykhali afik'atheleka Sabashiya beshoda sabuya sphelele Imindeni yabhobholiswa ngamahorse pipe yashiywa ithelela Lokho kwasidalela nje okukhul'ukuqekeka Ingane efund'esigodini sezithi kwakumele iyeke Enyinkabi umsebenzi wagcin'uyiphelele Ukulusa izinkomo coz kwakungezangalena komncele Uyayazi inqaba yaZulu hambeya Yonivimbezel'uziphepho hambeya Uyayazi inqaba yaZulu hambeya Yonivimbezel'uziphepho hambeya Ngithi hambeya hambeya Hambeya hambeya Ngithi hambeya hambeya Ngithi hambeya hambeya Kunestori nami enginaso othi ke nginitshele Please stori cel'ungiphindlebe or ungitshele Kunzim'ukukhuluma ngezinto engase zikuhlukumeze Bazam'ukungikhumula ngoba ngazalwa ngempethe Impi yeygodi enyangenza ngaphelelw'omalume Kwakumbiw'umgodi ugog'inzil'endala engakaykhumuli Plus ziningi izinto nezimo engeke ngizikhumbule Ngoba zovus'amanxeba bonke baphumule I was every young befik'ekhaya bazonquma Bethi singamabhaca futhi asikwazi nokukhuluma Ethi chicken out mama ngalo wePuma Ngoba ngangsendaba ngishiya phansi kwesihlahla salamula Ethandaz'ukuthi umuntu uzofik'ezolamula Nhliziy'ilila kodwa ethembe kuthi mina ngizothula Ngoba ithemba lam, kwakuthi ngiqed'inhlupheko Futhi lokho ngizokwenza kodwa manje angibuze Uyayazi inqaba yaZulu hambeya Yoni eyavimbezel'uziphepho hambeya Uyayazi inqaba yaZulu hambeya Yonivimbezel'uziphepho hambeya Ngithi hambeya hambeya Hambeya hambeya Ngithi hambeya hambeya Ngithi hambeya hambeya