Ixesha (Feat. Makhosi & Loyiso Bala)
Nomfundo Moh
4:57Ngiyacela ngomusa nentobeko Cel' ungakhohlw' umngan wam' Cel' ungalibali umakhelwane wami Baba maw'busisa mina namhlanje Ngiyacela ngomusa nentobeko Cel' ungakhohlw' umngan wam' Cel' ungalibali umakhelwane wami Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje Hay' ngoba ngingcono Cel' ukhumbul' umndeni wami Cel' ukhumbul' abazali bami Baba maw'busisa mina namhlanje Ngiyacela ngomusa nentobeko Cel' ungakhohlw' umngan wam' Cel' ungalibali umakhelwane wami Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje Hay' ngoba ngingcono Cel' ukhumbul' umndeni wami Cel' ukhumbul' abazali bami Ngeliny' ilanga ngahlangana nekhehla esel'the ukukhul' imnyaka Lathi 'zwana mntanami ngimdala ey' Eh mntanami ngimdala Zwana ngami ngimdala ey, eh mntanami ngimdala Emhlabeni kuyaphiliswana (Kuyaphiliswana) Akho qili lay'khoth' emhlane Amagagasi awalingani Maw'nceda omunye kuwe kukhul' ub'hlakani (Ub'hlakani) Uk'lul' isandla kunobusiso phakathi Ngoba two, two is better than one Yebo, aw' bathi kubamb' ezingelayo Kodwa nesandla ephayo sibusisiwe kunaleso esamukelayo Masibambane yeah Baba maw'busisa mina namhlanje (Namhlanje) Ngiyacela ngomusa nentobeko (Ngiyacela) Cel' ungakhohlw' umngan wam' Cel' ungalibali umakhelwane wami (Uzungabalibali baba) Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje (Ngiyacela) Hay' ngoba ngingcono Cel' ukhumbul' umndeni wami (Khumbul' umndeni) Cel' ukhumbul' abazali bami (Ukhumbul' nabazali) Baba maw'busisa mina namhlanje (Ubusisa) Ngiyacela ngomusa nentobeko (Ngiyacela) Cel' ungakhohlw' umngan wam' (Ngiyacela) Cel' ungalibali umakhelwane wami (Umakhelwane, 'khelwane) Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje Hay' ngoba ngingcono Cel' ukhumbul' umndeni wami Cel' ukhumbul' abazali bami (Busis'owakho) Baba maw'busisa mina namhlanje Ngiyacela ngomusa nentobeko Cel' ungakhohlw' umngan wam' Cel' ungalibali umakhelwane wami Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje Hay' ngoba ngingcono Cel' ukhumbul' umndeni wami Cel' ukhumbul' abazali bami