Thula Moya Wami (Live)
S'Fiso Ncwane
4:04Siyakhuleka kuwe nkosi Sithi bayede nkosi yezulu Nguwe wedwa olithemba lethu kulomhlaba esiphila kuwo Oh bayede (Nkosi) Aw bayede Bayede baba (Bayede) Nkosi Jesu (Nkosi Jesu) Oh bayede Nkosi Baba siyakhuleka (Bayede) Bayede baba (Bayede) Siyakhuleka kuwe Jesu (Nkos'uJesu) Awu baba siyakhuleka kuwe Jesu (Bayede) Sithi bayede (Bayede) Bayede (Bayede) Nkosi Jesu (Nkosi Jesu) Kubo bonke ubunzima esihlangana nabo emhlabeni Ithembalethu likuwe Jehova (Bayede) Bayede baba (Bayede) Nkosi Jesu (Nkosi Jesu) Kuzo zonke izinto ezenzekayo baba emhlabeni Ezinye zazo zibuhlungu baba ngiyazwela Kodwa nguwe wedwa ke baba Ongasilamlela ke Jehova Abantwana bakho bayaphendukelana baba Babulalana ubusuku nemini ke nkosi Baba sizwele Sizwele baba Ah nkosi Sizwele baba (Bayede) Sizwele baba (Bayede) Nkosi Jesu (Nkosi Jesu) Siyakhuleka baba (Nkosi) Sizwele (Bayede ) Bayede baba (Bayede) Bayede nkosi bayede mthwelinqaba (Nkos'uJesu) Kodwa noba kunjena sikunika udumo (Nkosi) Siyazi baba impendulo ikuwe kuphela (Bayede) Bayede baba (Bayede) Bayede nkosi (Nkos'uJesu) Bayede (Nkosi) Sizwele baba (Bayede) (Bayede) Siyakhuleka Jesu (Nkos'uJesu ) Baba sithi bayede(Nkosi) (Bayede) (Bayede) Sakhuleka baba (Nkosi Jesu) Nguwe wedwa olithemba lethu baba (Nkosi) Sithi bayede (Bayede) Bayede baba (Bayede) Nkosi Jesu (Nkosi Jesu) Sithi bayede wena ung Alpha no Omega (Nkosi) Oh bayede (Nkosi) (Bayede) (Bayede) Nkosi Jesu (Nkosi Jesu)