Kulungile (Live At Durban Icc Rsa)
S'Fiso Ncwane
8:39Ngiyabonga yeah kuwe baba Ngiyabonga yeah kuwe baba Ngicela ukunizwa niycula nisho woza (Ngiyabonga kuwe baba) Ngiyabonga ngiyabonga do it again (Ngiyabonga kuwe baba) Baba (ngiyabonga kuwe baba) Baba ngiyabonga (ngiyabonga kuwe baba) ngiyabonga baba Oh haybo ngibonga ke (ngiyabonga kuwe baba) Oh haybo ngibonga ke baba yeah (ngiyabonga kuwe baba) Oh haybo ngibonga ke (ngiyabonga kuwe baba) yeabo baba kuwena Baba ngibonga konke okuhle ongenzele khona (ngiyabonga kuwe baba) yes! Baba ngibonga konke okuhle ongenzele khona Baba ngibonge ukungdlulisela lapho khona kuthiwa akundlulwa Baba ngibonge ukungvikela zitha z'fun' ukung'bulala baba Baba ngibonge uk'vula iminyango lakuthiwa khona ayisavuleki Baba ngibonge ukungenzel' izinto noma bengakhoni Ukuthi zingenzeki empilweni yami yeah Ngiyabonga ngiyabonga ah ah hay baba Ngiyabonga ke (ngiyabonga kuwe baba) Ay baba ngiyabonga ke (ngiyabonga kuwe baba) Baba ngibonge ukundlulisa lapho khona kuthiwa akundlulwa (Ngiyabonga kuwe baba) Ay baba ngiyabonga ke (ngiyabonga kuwe baba) Ay ngiyabonga ke (ngiyabonga kuwe baba) Awnyakaze kanje ngathi uyisi Yoni Ayeye Durban ayeye! Ah hayi baba ngiyabonga ke (ngiyabonga kuwe baba) Baba ngibonge ukungenzela zonke izinto ezinhle (Ngiyabonga kuwe baba) ku ooh we Baba ngiyabona ukungvikel' izifo zifuna ukungbulala (Ngiyabonga kuwe baba) Baba ngibonga baba ngiyabonga baba ngiyabonga (Ngiyabonga kuwe baba) aybo! Baba ngibonga baba ngiyabonga baba ngiyabonga (Ngiyabonga kuwe baba) Baba ngiyabonga baba ngiyabonga ababa Ngiyabonga ke baba (ngiyabonga kuwe baba) Singaycula sonke Baba ngiyabonga (Ngiyabonga kuwe baba) Ay baba ngiyabonga (Ngiyabonga kuwe baba) Lalela sometimes mawubonga ungenalutho Abantu bekubona usmiler kodwa bazi ukuthi khona izinto onganazo Eziyi material yala emhlabeni bona banazo Ahlangane nawe umuntu ubonge kodwa ungena moto Ungena muzi ungena lutho Ingoba ibonga ngoba uyazi uNkulunkulu omkhonzayo Usakubekile usaku trainer for ukuthi mhla'zifika zifike uready Ukuthi ukwazi ukuysebenzisa Ngoba aksikona ukuthi manje njengoba ungenako loko ok'funayo Ngeke uphinde ube nakho Usho kancane ukudla ngisho kungekho endlini Ngiyabonga kuwe angizwa Baba ngiyabonga kuwe angizwa (ngiyabonga kuwe baba) Asambe baba ngiyabonga baba ke (Ngiyabonga kuwe baba) Baba ngiyabonga baba ngiyabonga (Ngiyabonga kuwe baba) ku ooh we Baba ngibonga ukungenzela zonke izinto ezinhle (Ngiyabonga kuwe baba) Baba ngibonge ukungenzela konke okuhle baba (Ngiyabonga kuwe baba) Baba ngibonge ukubhamba nami Baba ngiyabonga (ngiyabonga kuwe baba) Haleluja aw uJesu uynkosi