Space

Space

Sam Deep

Альбом: Space
Длительность: 6:21
Год: 2025
Скачать MP3

Текст песни

Muntu wam wak'dala uyangfuna, awuboni?
Ngi move on, ang'joli
Uthanda ukuba nami, kodwa inhliziyo ayipholi
Muntu wam wak'dala uyangfuna, awuboni?
Ngi move on, ang'joli
Uthanda ukuba nami, kodwa inhliziyo ayipholi

Ngidinga i-space
Know your place
Eish
Ngicela nami ungangithydi
Ngidinga i-space
Know your place
Eish
Ngicela nami ungangithydi

Kamampela wena uringa i-waar
Angikaze ngizizwe kanje manginawe
Ngicela ungangivali
Ngiyazi sekumnandi mawu wedwa kodwa ngicela ungangi cut
Ngithande wena wedwa, awuboni ngani?
Ngithembe nami, I know my place
Inkinga yami angifuni i-space

Mina angikazе ngibe ne case nawе uyazi, ngicela ungangi test
Sewukhala ngezinto ezingana mbeko
Ngicela uzimele ngoba khona manje umane ukhomba okuningi
Ngoba khona manje umane ukhomba okuningi

Mina angikaze ngibe ne case nawe uyazi, ngicela ungangi test
Sewukhala ngezinto ezingana mbeko
Ngicela uzimele ngoba khona manje umane ukhomba okuningi
Ngoba khona manje umane ukhomba okuningi

Muntu wam wak'dala uyangfuna, awuboni?
Ngi move on, ang'joli
Uthanda ukuba nami, kodwa inhliziyo ayipholi
Muntu wam wak'dala uyangfuna, awuboni?
Ngi move on, ang'joli
Uthanda ukuba nami, kodwa inhliziyo ayipholi

Ngidinga i-space
Know your place
Angik'thydi
Ngicela nami ungangithydi
Ngidinga i-space
Know your place
Angik'thydi
Ngicela nami ungangithydi

Ngidinga i-space
Know your place
Ngicela nami ungangithydi

Ngidinga i-space
Know your place
Eish
Ngicela nami ungangithydi

Kamampela wena uringa i-waar
Angikaze ngizizwe kanje manginawe
Ngicela ungangivali
Ngiyazi sekumnandi mawu wedwa kodwa ngicela ungangi cut
Ngithande wena wedwa, awuboni ngani?
Ngithembe nami, I know my place
Inkinga yami angifuni i-space yeah