Wangisiza Baba
Shwi No Mtekhala
5:41Ngafa ngafel'ubala, ngafel'ubala oh yini? Ingabe yini? Ngafa ngafelu ubala, wo ngafel' ubala oh yini? Ingabe yini? Bayangitshela laph'eng'hamba khona Bathi kimi "yizintombi zami" Ngafa ngafelu ubala ngafel' ubala oh yini Ingabe yini? Bayangitshela laph'eng'hamba khona Bathi kimi "Yizintombi zami" Uma ngingena esibhedlela mina Ngiyofun'usizo lwempilo yami Bafike bethi "Hamba baba kawuna lutho" Uma ngingen' emthola mpilo mina Ngiyofuna usizo lwempilo yami Bafike bethi hamba baba awuna lutho Hawu ngomoya wami Hawu impilo yami Awungitshele Nobuhle wami Wena mangithandana nawe Wangibhanqa nabangaki na? Kawungitshele Babebabili Awungitshele Nomusa wami Wena mangithandana nawe Wangibhanqa nabangaki na? Ngithi kawungitshele Babebathathu Kwakungamele ukuthi ningibhanqe nabantu abaningi Ngoba nani niyazi kulomhlaba kunezifo Kwakumele nithande mina ngedwa vo Kwakungamele ukuthi lingibhanqe labantu abaningi Ngoba nani niyazi kulomhlaba kunezifo Kwakumele nithande mina ngedwa ngedwa Awungitshele Sindisiwe wami Wena ngoba ngihlala nawe endlini Bangaki na ongibhanqe nabo? Dali wami Ngicela ukukhulum'iqiniso kuwe Dali Dali wami Ngicela ukukhulum' iqiniso kuwe Dali Baningi ngeke ngeke ngibaqede Baningi ngeke ngeke ngibaqede Dali wami ngicela ukukhulum'iqiniso kuwe Dali Ha yimihlola yami Yimihlola yami yini lena kanti Sindisiwe Wangibulala Nobuhle wami kant'unjani? (ngikuthembe kanga) Wangibulala Sthandwa (awu kanti unesandla ukufeni kwami) Wangibulala Nomusa wami kant'unjani? Wangibulala Sthandwa (a yimihlola yami yini le) Wangibulala Sindi wami kanti unjani (ngikuthembe kangaka) Wangibulala Sthandwa (awu kant'unesandla) Dali wami ngicela ukukhulum'iqiniso kuwe Dali Dali wami ngicela ukukhulum'iqiniso kuwe Dali Baningi ngeke ngeke ngibaqede Baningi ngeke ngeke ngibaqede Dali wami ngicela ukukhulum'iqiniso kuwe Dali Wangibulala Nobuhle wami kant'unjani?