Uthando
Sjava
4:07Ngisho ubaba nomama Angeke bangikhethele ukuthi ngithandane nobani (Inhliziyo ifuna lo emfunayo) Abangani nab'angeke ngamane kuphele umngani inkosi impela we (Inhliziyo ifuna lo emfunayo) Ngifuna wena (Wena) Wena (Wena) Wena (Wena) (Wena) wedwa (Inhliziyo ifuna lo emfunayo) Amehlo ami awaboni abanye Abona wena wedwa nengeke kuze kushintshe loko Bakhuluma kabi kimi bakhulume kabi kuwe bathi Bonani kuwe mbono loku Bakbona kimi bo bayadlala abakhohlwe mina angeke Ngikyeke nzokthanda njalo nongathandi yozathande Ngisho ubaba nomama Angeke bangikhethele ukuthi ngithandane nobani (Inhliziyo ifuna lo emfunayo) Abangani nab'angeke ngamane kuphele umngani inkosi impela we (Inhliziyo ifuna lo emfunayo) Ngifuna wena (Wena) Wena (Wena) Wena (Wena) (Wena) wedwa (Inhliziyo ifuna lo emfunayo) Themba lami ngiyakcela ungalinge ulalele labantu Mabethi uthando lwethu luyophelela emoyeni Banomona abafuni ukubona sijabulile mina nawe Kodwa leyo aksinkinga ngoba vele abasenzeli lutho Banjalo abantu bababhek'abantu abayifunu intenhle Abakhohlwe bayeke mina ngawe ngigcwele Ngisho ubaba nomama Angeke bangikhethele ukuthi ngithandane nobani (Inhliziyo ifuna lo emfunayo) Abangani nab'angeke ngamane kuphele umngani inkosi impela we (Inhliziyo ifuna lo emfunayo) Ngifuna wena (Wena) Wena (Wena) Wena (Wena) (Wena) wedwa (Inhliziyo ifuna lo emfunayo)