Edokodweni
Sjava
4:55Luhle ngani lothando lwakho kimi? Mangingayazi imfudumalo yalo Muhle ngani lomzimba wakho kimi? Uma lingcolile ingaphathi lakho Luhle ngani lothando lwakho kimi? Mangingayazi imfudumalo yalo Muhle ngani lomzimba wakho kimi? Uma lingcolile ingaphathi lakho Ngaphandl' uyibhodwei (bhodwe) Dlela bonke abesweleyo Mina ngibulawa indlala Kwabanye uwumthombo, mthombo ongashi Mina ngibulawa ukoma Abwvali umlomo bebathi uyiNgelosi Kodwa kimi uyisono Malini lothando lwakho ngivhele ngilikhokhele Ngoba ngiyabona yitoho Luhle ngani lothando lwakho kimi? Mangingayazi imfudumalo yalo Muhle ngani lomzimba wakho kimi? Uma lingcolile ingaphathi lakho Luhle ngani lothando lwakho kimi? Mangingayazi imfudumalo yalo Muhle ngani lomzimba wakho kimi? Uma lingcolile ingaphathi lakho Kungani ukuthi ungifihlela uthando lwakho? Cel' uliveze (veze) engabe kungani ungifihlel' imizwa yakho Cel' ulveze, hambo hlakula amasimi amanye amadoda eyakho igwele ukhula Ngithi iyanetha indlu yegagu Hambo-fulela eminy' imizi yamanye amadoda Idle kowakho iyanetha indlu yegagu Luhle ngani lothando lwakho kimi? Mangingayazi imfudumalo yalo Muhle ngani lomzimba wakho kimi? Uma lingcolile ingaphathi lakho Luhle ngani lothando lwakho kimi? Mangingayazi imfudumalo yalo Muhle ngani lomzimba wakho kimi? Uma lingcolile ingaphathi lakho