Mhlobo Wami
Teargas
Hey wena galakajana kunini usithatha kancane Bheka manje ubanda kanjani Hey uthanda kanjani! Hey wena galakajana Kunini usithatha kancane Bheka manje ubanda kanjani Hey uthanda kanjani! Khon' ozokhala la, mfan' uzothi unebhadi Asizang' zodlala la, asinaso lesoskhathi Ungazosangana, sok'qedela i party Ngoba abafana nawe can't tell me nothing Eintlek bow'cabangani sigijimisa le-cheese Thina everyday Mara sizwa bathi une-beef so sicela i-plate Geez for heaven's sake K'dala ubuzy ukuk' insimbi mara namanje Yithi ama heavy weight Hayi suka... clever ngek' uy'mele may'suka (Hayi magenge hayi kabi hayi iphutha) Sik'bhambe ngama-finger prints Ngoba la uhamba khona ushay' iythupha Ubungazi we are the wrong crew to fight Umangabe uphuza mfanakithi uphuze right Yah siyabazi the khuluma kakhulu type Bizan' i-plumber lana kuzoqhum' i-pipe Oh no thina sizow'vala lo mlomo Mfanakithi sizok' khiph' ikani Brika man mina ngiphethe izinja zam' Joe they can pretty dance so Take it easy sani Maw'nenkinga sizokuthathela ama-steps Maw'ngaboni sizok' fakela ama-specs Sikwenze busy (uzolandwa clever) Easy (uzolandwa clever) U-bhizi uloko ushaya ama-pecks Wazi kahle ukuthi awuna niks Take it easy (uzolandwa clever) Easy (uzolandwa clever) Bheka manje sow' jampa ama-fence Bheka manje sow'nuka ama-steps Uzobanjwa clever Ungasenzi sithathe ama-further steps Ungasenzi vele sisayine ama-cheque Uzogandwa clever Bheka manje sow'lande abogata Sow'ngene ku-june july Mfanakithi ubhekene ney'khulu la Uzolandwa ngendluzula Uzohlangana ney'khukhula Ubos'khuphula before uyisusa Bengamulali bengimthusa Hayi bengimkhuza, hayi bengimvusa Hamb' ekasi uyobabuza, bazok'tshela ngami Abongwana baz'fela ngami Uthath' i-cover mangivela sani Mas'hlangana soxabana amakomishi azophambana And angifuni ukubona abakini Edladleni bazokhalaza Maw'nenkinga sizokuthathela ama-steps Maw'ngaboni sizok' fakela ama-specs Sikwenze busy (uzolandwa clever) Easy (uzolandwa clever) U-bhizi uloko ushaya ama-pecks Wazi kahle ukuthi awuna niks Take it easy (uzolandwa clever) Easy (uzolandwa clever) Qhubeka ulib' u-speeda unyathelana Ne-speed trap Uzogijima uzojima ngathi ufuna i-six pack Angikhulumi ngebiya you probably need that Street cred izokushiya nge-gap Like Pitch Black Nina manipepereza mfana thina besikgereza Nina manikhekheleza mfana thina besithesha Ngizonifak' i-verstaan ene Ngizoyifaka ngenkani Cause niyafakana nama-bra nje ngamantombazana Ene akupheli iviki ngingadonsi umphini wepiki So kumele wenze ungangidini Uzogcwal' ijalidi kini Fika bakini bazam' uk'khuza ang'zwisisi Uyadelela maw'neympintshi unyathela K'phela mabriki Angis'umalume wenu but ningabashana kim' Can't pass china kimi, can't fight sala kini Noma ungavutha umlilo we paraffin Ungazodlalela la kimi uzothela ama-saladini Maw'nenkinga sizokuthathela ama-steps Maw'ngaboni sizok' fakela ama-specs Sikwenze busy (Uzolandwa clever) Easy (Uzolandwa clever) U-bhizi uloko ushaya ama-pecks Wazi kahle ukuthi awuna niks Take it easy (Uzolandwa clever) Easy (Uzolandwa clever) Hey wena galakajana kunini usithatha kancane Bheka manje ubanda kanjani Hey uthanda kanjani! Hey wena galakajana Kunini usithatha kancane Bheka manje ubanda kanjani Hey uthanda kanjani!