Ubambo Lwami (Feat. Mjolisi)

Ubambo Lwami (Feat. Mjolisi)

Umdumazi

Альбом: Uyinja
Длительность: 4:55
Год: 2025
Скачать MP3

Текст песни

Bheka mina ngedwa
Ngob' uwena olithemba lami
Bengicela ungadidwa ubuhle bomhlaba
Wedali wami

Bheka mina ngedwa
Ngob' uwena olithemba lami
Bengicela ungadidwa ubuhle bomhlaba
Wedali wami
Bheka mina ngedwa
Ngob' uwena olithemba lami
Bengicela ungadidwa ubuhle bomhlaba
Wedali wami

Awu iGoli ma, ngob' iGoli
Ngiyalisab' iGoli lapho uya khona
Bahamba bengabuyi bonke abaya kuleyandawo
Awu iGoli ma, ngob' iGoli
Ngiyalisab' iGoli lapho uya khona
Bahamba bengabuyi bonke abaya kuleyandawo

Uzungikhumbule
Noma ufika bekhuluma ngo mara, entlek
Ungangilibali ung'khumbule ngiyak'thanda ma
Uzungikhumbule
Noma ufika bekhuluma ngo mara entlek
Ungangilibali ung'khumbule ngiyak'thanda ma

Awu iGoli ma ngob' iGoli
Ngiyalisab' iGoli lapho uya khona
Bahamba bengabuyi bonke abaya kuleyandawo

Ngoba lomuntu ungowami
Ngizohlala naye
Nomakukuhle nomakumnyama
Ngithembela kuye
Uyisthandwa sami

Ngoba lomuntu ungowami
Ngizohlala naye
Nomakukuhle nomakumnyama
Ngithembela kuye
Uyisthandwa sami

Njengoba ngihambile ngisemazweni
Cela wazi ngiyakuthanda ngane yabantu
Ongibuzela kubaba wakho ulotsholwa ngezingaki
Njengoba ngihambile ngisemazweni
Cela wazi ngiyakuthanda ngane yabantu
Ongibuzela komalume wakho ulotsholelwa ngezingaki

Bayale ungenzeni
Angisathembi
Ungihambela emaweni
Ngiyak' thanda dali
Bayale ungenzeni
Ungihambela emaweni yini na?
Angisathembi
Yazi ngiyakuthanda dali

Bebabaningi befika empilweni yami
Noma ngikude ngiyakukhumbula ngane yabantu
Kuloluthando ngithunjiwe
Ngiyak'thanda dali
Bebabaningi befika empilweni yami
Noma ngikude ngiyakukhumbula ngane yabantu
Othandweni lakho ngidlisiwe
Ngiyak'thanda dali

Nguwena othandwa yimi wedali
Dali nguwe ubambo lwami
Nguwena othandweni lami (othandwa yimi)
Nguwena othandweni lami (othandwa yimi)
Nguwena othandweni lami (othandwa yimi)
Nguwena othandweni lami