Thank You Jesus
Xolly Mncwango
5:18Ham, ham, ham Ham ham Ham, ham, ham Ham ham Ham, ham, ham Ham ham Ham, ham, ham Ham ham Ngenelela Nkosi Ngenelela Nkosi Ngenelela Nkosi Esimweni sami Ngenelela Nkosi Ngenelela Nkosi Ngenelela Nkosi Esimweni sami Ngiphakamisela amehlo ami ezintabeni Lapho usizo lwami luvela khona Ngenzile, ngizamile ngamandla ami Baba Ngidinga Wena Ngenelela Nkosi esimweni sami Ngenelela Nkosi Yenz'intando yakho Baba (Ngenelela Nkosi) Bamb'isandla sami (Ngenelela Nkosi) Ngiyesaba Baba (Esimweni sami) Mawungizwe nam Yizw'amazwi am Intando yakho mayenziwe kimi ey Ngenelela Nkosi esimeni sam Ey ey hee (Ngenelela Nkosi) Ngiph'amandl'amasha (Ngenelela Nkosi) Ngenelela Nkosi (Ngenelela Nkosi) Amandl'ayaphela (Esimweni sami) Hamba nathi Baba (Ngenelela Nkosi) Bamb'isandla sami heee (Ngenelela Nkosi) Ngenelela Nkosi Esimweni sami Ngizw'izwi lakho (Ngenelela Nkosi) Mang'nokwesaba (Esimweni sami) Lithi ngoba nawe Eparadesi (Ngenelela Nkosi esimweni sami Masihamba nawe asinokwesaba (Ngenelela Nkosi) Sithembe wena Mvelinqambi (Esimweni sami) Sus'ukwesaba, leth'amandl'amasha Baba (Baba siyakhuleka Kuwe Baba) Vela ngobuQhawe Bakho (Baba siyakhuleka Kuwe Baba) Ungasilahl'endleleni Baba (Baba siyakhuleka Kuwe Baba) Baba siyakhuleka Kuwe Baba (UMvelinqangi) UMafung'angajiki (Baba siyakhuleka Kuwe Baba) Dwal'elimiyo phakade (Baba siyakhuleka Kuwe Baba)