Mama Ngiyabonga
Bhekumuzi Luthuli
3:28Yishwe lami noma yibhadi lami leli na Noma ungayisho kanjani iyafana lento Yishwe lami noma yibhadi lami leli na Noma ungayisho kanjani iyafana lento Noma ungayisho kanjani yibhadi ishokona Ngoba savumelana waxolisa Wathi awusoze uyiphinde Nakhu uphinda futhi Ngoba savumelana waxolisa Wathi awusoze uyiphinde Nakhu ungiphinda futhi Angithi uyakhumbula ekuqaleni (ngakubamba nomfana ka Mkhize) Okwesibili (ngakubamba nomfana ka Ngcobo) Ingabe ngiyozwa ngobani (wentombi ubafana bangaki) Angithi uyakhumbula ekuqaleni (ngakubamba nomfana ka Mkhize) Okwesibili (ngakubamba nomfana ka Ngcobo) Mina ingabe ngiyozwa ngobani (wentombi ubafana bangaki) Ngayipenda maqeda yangcola lento ngayintshinga bayicosha abafokazane Belebele zayikofela mfana uyoze uyibonele ulibele ngumpantsha endlini Nanzi inkomo phakathi ensimini kagogo uNomacece wafa yinduku Uzoyikhotha imbanga iwomile Yishwe lami noma yibhadi lami leli na Izimbila yithutha yona yimhlolo phambili Mina kade ngangihamba ngigudla ngiqamula amazwe Umjolo ongaka inqwaba engaka isibi samnyala Umjolo ongaka inqwaba engaka isibi samnyala Mina kade ngangihamba ngigudla ngiqamula amazwe Umjolo ongaka inqwaba engaka angikaze ngiyibone Uyazi kuba uyimoto ngabe sewakhishwa nasemgwaqweni (phela wena ukube uyomoto ngabe sowathola itikiti) (awuqomi uyenza imihlola) Inqwaba engaka yabafana uzoyenzani (phela wena ukube uyomoto ngabe sowathola itikiti) (awuqomi uyenza imihlola) Ekuseni emini ntambama ngumuntu kadokotela (phela wena ukube uyomoto ngabe sowathola itikiti) (awuqomi uyenza imihlola) Inqwaba engaka yabafana uzoyenzani (phela wena ukube uyomoto ngabe sowathola itikiti) (awuqomi uyenza imihlola) Ekuseni emini ntambama ngumuntu kadokotela (phela wena ukube uyomoto ngabe sowathola itikiti) Angithi uyakhumbula ekuqaleni (ngakubamba nomfana ka Mkhize) Okwesibili (ngakubamba nomfana ka Ngcobo) Mina ingabe ngiyozwa ngobani (wentombi ubafana bangaki) Angithi uyakhumbula ekuqaleni (ngakubamba nomfana ka Mkhize) Okwesibili (ngakubamba nomfana ka Ngcobo) Ingabe ngiyozwa ngobani (wentombi ubafana bangaki) Angithi uyakhumbula ekuqaleni (ngakubamba nomfana ka Mkhize) Okwesibili (ngakubamba nomfana ka Ngcobo) Mina ingabe ngiyozwa ngobani (wentombi ubafana bangaki)