Amagumusha
Bhekumuzi Luthuli
4:25Weh mthakathi kanti yini na? Uyodela uma sekwenze njani Weh mthakathi kanti yini na? Uyodela uma sekwenze njani Kuze kube manje awukaboni Ukuthi angiyen'owakho NgingokaSomandla mina Kuze kube manje awukaboni Ukuthi angiyen'owakho NgingokaSomandla mina Ngithi kuba kuya ngawe Oh mina ngab'angisekho emhlabeni Ngithi kuba kuya ngawe Oh mina ngab'angisekho kulomhlaba Kodwa uyowavuma kanjani lamacala Mhla ekubuz'uBaba Uyob'uwedwa kuphela Kodwa uyowavuma kanjani lamacala Mhla ekubuz'uBaba Yho kuyobe kunzima Kodwa uyowavuma kanjani lamacala Mhla ekubuz'uSomandla Uyob'uwedwa noSomandla Kodwa uyowavuma kanjani lamacala Mhla ekubuz'uSomandla Yho kuyobe kunzima Kodwa uyowavuma kanjani lamacala Weh mthakathi kanti yini na? Uyodela uma sekwenze njani Weh mthakathi kanti yini na? Uyodela uma sekwenze njani Kodw'awukaboni nanamhlanje Ukuthi angiyen'owakho NgingokaSomandla mina NgingokaSomandla mina Sobe sinawe mhla uvum'izono (Aw mina angiyen'owakho) Sobe sinawe mhla uvum'izono (Aw mina angiyen'owakho) Sobe sinawe mhla uvum'izono (Ubaba wami nguSomandla) Ngob'ikhaya lethu linye nje (Aw mina angiyen'owakho) Sobe sinawe mhla uvum'izono (Vum'isono angiyen'owakho)