Isala Kutshelwa (Feat. Imfez’Emnyama)
Big Zulu
4:29Yey wazini Wazini ngenkabi rap ushuni wenkabi Lento yaqala kanzima Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa ubrentwood ne rap Mina ngangeke ngiyeke ushuni ngihambe phezu kwembewu Lent' engiy'phethe u can't get bheka ngibangena Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke Mangiqala loshuni khohlwa akaze kwaba lula Buningi ubunzima nobungqinamba esasibuthola masisay'susa Abanye bes'bhuqa bethi asikhohlwe senze iphutha Ngeke siyreache le level ngoba istyle sisase poor Ushuni wenkabi inkani, ngeke uwumele ungena nkani Lona umdlalo wezimnyama ey'nxanxatha igxolo ney'nkabi Umahlekwabulawe indoda ayikhuzwa ungena nkabi Mawungathinta ushuni wenkabi lingashona ungumfelokazi Kwafik' inkabi bachoma kwakhwif unyazi yahloma Siyayaz' eyakwethu yam'bamba umfana uyaqonda Yayibiz' ingoma babonga yakhiph' u 1 bafola Losghati ngebrentwood amabhungane uphiki'sono Yey wazini Wazini ngenkabi rap ushuni wenkabi Lento yaqala kanzima Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa ubrentwood ne rap Mina ngangeke Ngiyeke ushuni ngihambe phezu kwembewu Lent' engiy'phethe u can't get bheka ngibangena Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke Ay amabergville alindile ukuthi inkabi ngeke isiphoxe Ngapha izitha ziyagomela zithi khohlwa ngeke itophe Eyakwethu siyayazi ushuni wenkabi ngeke isikhohlwe Idl' uthukela, ukhahlamba ayibhinci isidwaba ngeke iflobhe Laph' engiphuma khona impi inokusuka ngengoma Kuqhuma iqupha kuwa umfana sizwana amandla singamadoda Shwele ucheese boy angagoba Ngisho umkhwekazi uyazotha Ukube iy'ntaba ziyakhuluma mningi umlando kuleza yindonga Bonke ubunzima nenhlupheko yami buyophenduka umlando Ushuni wenkabi uphokophele inkabi ayizondi ubamb' ithambo Kuyof' iy'nsizwa kusale iyibongo esamaqhawe isihlalo Kungen' inkabi bayakikiza Yey wazini Wazini ngenkabi rap ushuni wenkabi Lento yaqala kanzima Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa ubrentwood ne rsp Mina ngangeke ngiyeke ushuni Ngihambe phezu kwembewu Lent' engiy'phethe u can't get bheka ngibangena Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke Yey wazini Wazini ngenkabi rap ushuni wenkabi Lento yaqala kanzima Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa ubrentwood ne rap Mina ngangeke ngiyeke ushuni Ngihambe phezu kwembewu Lent' engiy'phethe u can't get bheka ngibangena Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke