Eweni (Feat. Anzo & Mzukulu)
Sjava
6:05Kugijim' igazi ma ungithinta ngiyashisa Nhliziyo ishaya ngamandla ma ungibamba uyayizwa Imizwa ixoxa indaba Thula uzoyizwa Kugijim' igazi ma ungithinta ngiyashisa Nhliziyo ishaya ngamandla ma ungibamba uyayizwa Imizwa ixoxa indaba Thula uzoyizwa Ngthangikdeli ngthangikdeli Ngthangikdeli ngthangikdeli sphinde futhi Ngizwengathi ngishaywa ngugetsi Ngihanjelwa yingqondo kubengathi ayisebenzi Ungisemafini cloud nine Ngibhema ngikholwe ngawe I'm high Ngicela this feeling ungayizwisi omenye Ngcela this magic unganiki omunye Uthusungonile ngami kuphelile Kuyothath' iskhathi omunye umuntu angenze ngizizwe kanjena Baby please ngiyakcela Don't ever take this feeling away from me Baby please ngiyakcela Don't ever take this feeling away from me Kugijim' igazi ma ungithinta ngiyashisa Nhliziyo ishaya ngamandla ma ungibamba uyayizwa Imizwa ixoxa indaba Thula uzoyizwa Kugijim' igazi ma ungithinta ngiyashisa Nhliziyo ishaya ngamandla ma ungibamba uyayizwa Imizwa ixoxa indaba Thula uzoyizwa Ngthangikdeli ngthangikdeli Ngthangikdeli ngthangikdeli sphinde futhi Sphinde baby Uyazi ungthinta kamnandi Ungipha kamnandi Everytime I come Ngathi ngingahlala ngingahambi Ngathi ngingakhipha iThou Do we come Vele love is blind wayibona lento uZamar Woza baby siyolala emaweni Sphukunyeze sqamele ematsheni Ngikthembise zonke leyinkanyezi Ngusekhaya uyehlobisa ebaleni Noma baby singalala emaweni Sphukunyeze sqamele ematsheni Ngikthembise zonke leyinkanyezi Ngusekhaya uyehlobisa ebaleni Kugijim' igazi ma ungithinta ngiyashisa Nhliziyo ishaya ngamandla ma ungibamba uyayizwa Imizwa ixoxa indaba Thula uzoyizwa Kugijim' igazi ma ungithinta ngiyashisa Nhliziyo ishaya ngamandla ma ungibamba uyayizwa Imizwa ixoxa indaba Thula uzoyizwa Ngthangikdeli ngthangikdeli Ngthangikdeli ngthangikdeli sphinde futhi