Confession
Sjava
6:17Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi Manje ufun' ukuthini lana indoda yim Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi Manje ufun' ukuthini lana indoda yim Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi Manje ufun' ukuthini ngempela lana indoda yim Ngithi wena uyintombi yami ngithi washelwa yimi Manje ufun' ukuthini ngempela lana indoda yim Baby maukwatile kumele uhlekiswe yim Ubuy' emsebenzini umasajwe yim Only tears of joy maukhaliswa yim Baby mangilambile kumel' udliwe yim Ukuthi umuhle kumel' uzazi kumel utshelwe yim Ngithi engizokutshela kona kuthi uthandwa ndim Noma maugodola ufudunyezwe yim Uthando ngizoluvikela kuthi ipoyisa yim Ngiyazi unako konke awudingi lutho kimi Ngicela into eyodwa vo Unginik' ithuba ngibe yindoda Lokho kungaba yisbusiso kim Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi Manje ufun' ukuthini lana indoda yim Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi Manje ufun' ukuthini lana indoda yim Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi Manje ufun' ukuthini ngempela lana indoda yim Ngithi wenuyintombi yami ngithi washelwa yimi Manje ufun' ukuthini ngempela lana indoda yim Kumel' uvuswe yim ialarm yakho yim Ukiss wokuqal ekuseni kumele uwunikwe yim Ngithi amanzi ebhavini ngithi uvulelwe yim Njalo mauqed'ukugeza ngithi ugcotshiswe yim Baby khohlwa yimirror sbuko sakho yim Hayi ubuhle obungaka ufanelwe yim Mntambama babay uzophekelwa yim Inkinga zakho ngezam kumele usizwe yimi Mawuyempini yamaphuphakho kusa kumel' uphekezelwe yim Mpilo mayiqhwago kumel' ulwelwe yimi Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi Manje ufun' ukuthini lana indoda yim Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi Manje ufun' ukuthini lana indoda yim Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi Manje ufun' ukuthini ngempela lana indoda yim Ngithi wen uyintombi yami ngithi washelwa yimi Manje ufun' ukuthini ngempela lana indoda yim Ngiyimisel' ukuksula inyembezi Noma angakhitshwanga yi usungowam Nkinga zakho ngezam (Nkinga zakho ngezami nkinga zakho ngezami) (Nkinga zakho ngezami nkinga zami ngezakho) (Nkinga zakho ngezami nkinga zakho ngezami) (Nkinga zakho ngezami nkinga zami ngezakho)