Uthando
Sjava
4:07Sengaze kuf'umuntu Sengaze kuf'umuntu Ngenxa yothando Ngiyazi akukho lula Umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile Kodwa impilo kumele iqhubeke Ngiyazi akukho lula Umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile Kodwa impilo kumele iqhubeke Kuyokusiza ngani ukumgwaza Kuyok'siza ngani ukumdubula, umshise, myekele Kodwa impilo kumel' iqhubeke Kuyokusiza ngani ukumgwaza Kuyok'siza ngani ukumdubula, umshise, myekele Kodwa impilo kumel' iqhubeke Khala some mntaka ma Seza dlula lezonsuku' Sisa khula sithandana Kwakumnandi emhlabeni Khala some mntaka ma Seza dlula lezonsuku Sisa khula sithandana Kwakumnandi emhlabeni Ngith'akusekho lokho Sekuy'phupho lokho 'Thi iyanciph'imishado Kwand'imingcwabo Ngith'akusekho lokho Sek' quma islilo 'Thi iyanciph'imishado Kwand'imingcwabo Ngiyazi akukho lula Umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile Kodwa impilo kumele iqhubeke Ngiyazi akukho lula Umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile Kodwa impilo kumele iqhubeke Kuyokusiza ngani ukumgwaza Kuyok'siza ngani ukumdubula, umshise, myekele Kodwa impilo kumel' iqhubeke Kuyokusiza ngani ukumgwaza Kuyok'siza ngani ukumdubula, umshise, myekele Kodwa impilo kumel' iqhubeke Anibize abadala, bashise impepho emsamu Nibize nabafundisi bathandaze Anibize abadala, bashise impepho emsamu Nibize nabafundisi bathandaze Ngoba akume njalo Bazophela omama bethu Bazophela odade kwethu Zopheli ngane Sekwanele, sekwanele Legazi el'chithekile selanele Ngiyazi akukho lula Umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile Kodwa impilo kumele iqhubeke Ngiyazi akukho lula Umuntu umthande ak'tshele ukuthi uthando luphelile Kodwa impilo kumele iqhubeke Kuyokusiza ngani ukumgwaza Kuyok'siza ngani ukumdubula, umshise, myekele Kodwa impilo kumel'qhubeke Kuyokusiza ngani ukumgwaza Kuyok'siza ngani ukumdubula, umshise, myekele Kodwa impilo kumel'qhubeke