Maduze
Sjava
3:38Webaba mabacela kuwe Bacela amandla bacela umcebo Mina ngicela uthando nenhlakanipho Webaba mabacela kuwe Bacela amandla bacela umcebo Mina ngicela uthando nenhlakanipho Umcebo wemali endondeni engenalo uthando udala umona Nenzondo Kugcina kuphume imphefumulo Ayingozi amandla asezandleni zendoda enganayo inhlakanipho Sebenzisa ngendlela e-wrong Kugcine ngiphuma imphefumulo Ngicela is'busiso engiyophila naso ingunaphakade Ngoba lo wasemhlabeni nge ngihambe nako kuyosala Ayipheli ek'feni impilo ay'pheleli emgodini weh Uzungakhohlwa ukuthi usazoba yidlozi emndeneni wakho Baba cela inhliziyo eyamukelayo Ngizokwazi ukubhekana nezimo ezingehlelayo Webaba mabacela kuwe Bacela amandla bacela umcebo Mina ngicela uthando nenhlakanipho Webaba mabacela kuwe Bacela amandla bacela umcebo Mina ngicela uthando nenhlakanipho 'Thi umcebo wemali endondeni enganlo uthando udala umona Nenzondo Kugcina kuphume imphefumulo 'Thi ayingozi amandla asezandleni zendoda enganayo inhlakanipho Sebenzisa ngendlela e-wrong Kugcine ngiphuma imphefumulo