Umcebo
Sjava
3:53Distance distance Don't mean a thing Don't mean a thing yeah Noma ngabe ukude kunami Kodwa uyohlale ukhona enhliziyweni yami Maye ngiyay'zonda lezontaba mama Ezingisithela ulavi wami Bekezela s'thandwa sami kusele insuku ngizokubona maduze Bekezela s'thandwa sami kusele insuku ngizokubona maduze Maduze Duze, come duze Ndiphuze Maduze Duze, come duze Ndiphuze Cela uy'phathe kahle Lapho ukhona dali nami ngiyo'phatha kahle Hayi ukuthi angikwethembi Ngiyazi izilingo dali ziyohlala zikhona endleleni Inkumbulo, inkumbulo Ngiyazi dali uyafa inkumbulo Cela uqaphele inkanuko, inkanuko Hayi umzwangedwa ubanga inkanuko Mayefika amajongo Uwatshele ukuthi uqome le kwaZulu Mayefika ezoshela amajongo Uwatshele ukuthi wena uqome le KwaZulu Ontaba dilika Ngibone sthandwa sami ayi umamubiza Noma ngabe ukude kunami Kodwa uyohlale ukhona enhliziyweni yami Maye ngiyay'zonda lezontaba mama Ezingisithela ulavi wami Bekezela s'thandwa sami kusele insuku ngizokubona maduze Bekezela s'thandwa sami kusele insuku ngizokubona maduze Maduze Duze, come duze Ndiphuze Maduze Duze, come duze Ndiphuze