Valelise
Sjava
4:17Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga) Ngikthanda impela (Ngikthanda impela) Kodwa ngeke ngivume (Ngeke) Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke) Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga) Ngikthanda impela (Ngikthanda impela baby) Kodwa ngeke ngivume (Ngeke) Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke) Ukuqala ukuqala kokuhlakanipha wathi angilwengi mina Ukwazi ukuthi isthandwa sakho siyisibusiso kuwe Ngeke ngize ngiye lenalena Sengikhathele ukuthatha amacala engingawazi njalo nsukuzonke Makunge loku yiloku makunge loku yiloku Ngigcina ngixolisa ngingekho ephutheni just to make you happy kodwa still naloko wena awukuboni Cause you busy seaching for izinto ezingekho You need to stop it before ubulahlekelwa okukhona ngokungekho Mina ngithanda wena wedwa Why kungakujabulisi loko Why kungakwenelisi loko Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga) Ngikthanda impela (Ngikthanda impela) Kodwa ngeke ngivume (Ngeke) Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke) Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga) Ngikthanda impela (Ngikthanda impela baby) Kodwa ngeke ngivume (Ngeke) Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke) Ngathi sekuzofika langikhathala khona Ngathi sengizoyehla lenqola Sesilwa kakhulu sjabule kancane Sbanga into engesusa umsindo ngento encane Nento engekho sekuyinjwayelo No no no no no no no no Ndinengqondo zokthatha into zami ngigoduke Mazwai Ngeke ngeke ngiyabonga this shit I don't need it Mina ngithanda wena wedwa Why kungakujabulisi loko Why kungakwenelisi loko Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga) Ngikthanda impela (Ngikthanda impela) Kodwa ngeke ngivume (Ngeke) Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke) Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga) Ngikthanda impela (Ngikthanda impela baby) Kodwa ngeke ngivume (Ngeke) Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke) Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga) Ngikthanda impela (Ngikthanda impela) Kodwa ngeke ngivume (Ngeke) Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke) Ngeke ngiqambe amanga (Ngeke ngiqambe amanga) Ngikthanda impela (Ngikthanda impela baby) Kodwa ngeke ngivume (Ngeke) Udlale ngami (Ngeke ngeke ngeke) Ngeke ngiqambe amanga Ngikthanda impela Kodwa ngeke ngivume Udlale ngami